1
KwabaseKolose 2:6-7
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Ngakho-ke njengalokho nimamukele uKristu Jesu iNkosi, hambani nikuye, nigxilile, nakhiwe kuye, niqinisiwe ekukholweni, njengalokho nifundisiwe, nivame ukubonga.
နှိုင်းယှဉ်
KwabaseKolose 2:6-7ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
2
KwabaseKolose 2:8
Xwayani funa kube khona onithumbayo ngokuhlakanipha nangenkohliso eyize njengokwemvelo yabantu, njengezifundiso zokucathula kwezwe, kungenjengokukaKristu.
KwabaseKolose 2:8ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
3
KwabaseKolose 2:13-14
Nani-ke ebenifile ngeziphambeko nangokungasoki kwenyama yenu wanenza nibe ngabaphilayo kanye naye esithethelela zonke izono zethu; esehlangule incwadi yecala lethu, emelana nathi ngemiyalo yayo, wayeyisusa ngokuyibethela esiphambanweni
KwabaseKolose 2:13-14ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
4
KwabaseKolose 2:9-10
Ngokuba kuhlala kuye ngokomzimba ukugcwala konke kobuNkulunkulu; nigcwalisiwe kuye, yena oyinhloko yemibuso yonke namandla
KwabaseKolose 2:9-10ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
5
KwabaseKolose 2:16-17
Ngakho makungabikho muntu onilahla ngokudla nesiphuzo, noma ngemikhosi, noma ukwethwasa kwenyanga, noma amasabatha, okuyisithunzi nje salokhu obekuzakuza; kepha umzimba ngokaKristu.
KwabaseKolose 2:16-17ရှာဖွေလေ့လာလိုက်ပါ။
ပင်မစာမျက်နှာ
သမ္မာကျမ်းစာ
အစီအစဉ်များ
ဗီဒီယိုများ