I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Proverbs 9:10-18

IzAga 9:10-18 - “Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova,
nokumazi oNgcwele kungukuqonda.
Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi,
neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe.
Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele;
uma udelela,
uyakukuthwala wena wedwa.”

Ubuwula bungowesifazane oyisithutha onomsindo,
ongazi lutho.
Uhlezi ngasemnyango wendlu yakhe
esihlalweni ezindaweni eziphakemeyo zomuzi
ukuba ameme abadlula endleleni,
abaqonda emikhondweni yabo,
ngokuthi:
“Ongenalwazi makaphambukele lapha,”
kongenangqondo uthi:
“Amanzi ebiweyo amnandi,
nesinkwa sentukuso singesenamisayo.”
Kepha akazi ukuthi kuyizithunzi ezilapho
nokuthi izimenywa zakhe zisezigodini zendawo yabafileyo.

“Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova, nokumazi oNgcwele kungukuqonda. Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe. Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma udelela, uyakukuthwala wena wedwa.” Ubuwula bungowesifazane oyisithutha onomsindo, ongazi lutho. Uhlezi ngasemnyango wendlu yakhe esihlalweni ezindaweni eziphakemeyo zomuzi ukuba ameme abadlula endleleni, abaqonda emikhondweni yabo, ngokuthi: “Ongenalwazi makaphambukele lapha,” kongenangqondo uthi: “Amanzi ebiweyo amnandi, nesinkwa sentukuso singesenamisayo.” Kepha akazi ukuthi kuyizithunzi ezilapho nokuthi izimenywa zakhe zisezigodini zendawo yabafileyo.

IzAga 9:10-18

Proverbs 9:10-18
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo