I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Proverbs 4:1-9

IzAga 4:1-9 - Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise,
nilalele, ukuze nazi ukuqonda.
Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle;
ningawushiyi umthetho wami.
Ngokuba ngangiyindodana kubaba,
ethambileyo neyodwa emehlweni kamame.
Wangifundisa, wathi kimi:
“Inhliziyo yakho mayibambe amazwi ami;
gcina imiyalo yami, uphile.
Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda;
ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami;
ungakushiyi, kuyakukugcina;
kuthande, kuyakukulondoloza.
Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu:
Zuza ukuhlakanipha;
yebo, ngakho konke okutholileyo zuza ukuhlakanipha.
Kukhulise, kuyakukuphakamisa;
kuyakukudumisa, lapho ukugona.
Kuyakunika ikhanda lakho umgexo womusa,
kunikeze kuwe umqhele wodumo.”

Zwanini, madodana ami, ukulaya kukayise, nilalele, ukuze nazi ukuqonda. Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle; ningawushiyi umthetho wami. Ngokuba ngangiyindodana kubaba, ethambileyo neyodwa emehlweni kamame. Wangifundisa, wathi kimi: “Inhliziyo yakho mayibambe amazwi ami; gcina imiyalo yami, uphile. Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami; ungakushiyi, kuyakukugcina; kuthande, kuyakukulondoloza. Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: Zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo zuza ukuhlakanipha. Kukhulise, kuyakukuphakamisa; kuyakukudumisa, lapho ukugona. Kuyakunika ikhanda lakho umgexo womusa, kunikeze kuwe umqhele wodumo.”

IzAga 4:1-9

Proverbs 4:1-9
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo