1 Thessalonians 4:10-12

nempela niyakwenza lokho kubo bonke abazalwane abaseMakedoniya lonke. Kepha siyaniyala, bazalwane, ukuba nivame nokuvama kulokho, nikhuthalele ukuhlala ngokuthula, nokwenza okwenu, nokusebenza ngezandla zenu, njengokuba saniyala, ukuze nihambe ngokufaneleyo kwabangaphandle, ningasweli lutho.
1 kwabaseThesalonika 4:10-12