Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Zonke Izinto Zintsha

5 izinsuku
Kuloluhambo ku 2 Kwabasekhorinte, Zonke Izinto Zintsha ibuka ivangeli likaPawulu lokukholwa olunezigameko kulomhlaba kanye nokubizelwa uNkulunkule kwethu ekuqineni. Ukelly Minter usisiza ukuqonda ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi uhambo lwamaKhristu luhluke emvelweni ejwayelekile, kodwa lube lukhombisa ubungcono obungenamkhawulo baphakade. Kuloluhlelo lwezinsuku ezi-5, uzofunda ngalokhu: wenzenjani ngobudlelwane obunzima, ukuthemba uNkulunkulu ngokwaziwa kwakho, ukuzisekela ngokuthi ungubani kuKhristu, ukuqonda injongo yokuhlupheka nokuhlinzekwa uNkulunkulo kukho, nokuthi singaba ukukhanya kanjani emhlabeni ngevangeli.
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Sonke Isinyathelo Sokufika

Vuka Ukhanye

Amandla Obunye

Injabulo Yohambo: Ukuthola Ithemba Phakathi Kwezilingo

Ukusebenza Okungcwele: Yamukela Impilo Yokusebenza Kanzima, Yokuphumula-Kahle

Ukuba NoJesu: Ukuba Wedwa Nokuthula

Uqeqeshelwe Ukwethemba

Injabulo Ngaphezu Kwengcindezi: Indlela Yokwenza Injabulo Ibe Umkhuba Wansuku Zonke

Amandla Angavamile Okudumisa: Inkonzo Yezinsuku Ezingu-5 Evela KumaHubo
