Ukwazi ImiBhalo

Ukwazi ImiBhalo

Ibhayibheli lilotshwe ngendlela yokuthi noma yimuphi umuntu angalifunda futhi aqonde incazelo yalo ebalulekile. Kodwa uma iZwi likaNkulunkulu lingasingathwa ngokucophelela, amazwi eqiniso angaqondwa kabi futhi abangele ukudideka. Lolu cwaningo lwezinsuku ezingu-5 luhlinzeka ngamathuluzi nezindlela zokwenza i-hermeneutics: isayensi yokuhumusha ibhayibheli.

Sithanda ukubonga i-Ligonior Ministries ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://www.ligonier.org/youversion