Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Liyini Iqiniso?

7 izinsuku
Ngabe kuyiqiniso lami noma iqiniso? Kwenzekani lapho lokho kokubili kushayisana? Singakwazi kanjani ukuthi into ethile iyiqiniso noma cha? Hlanganyela nathi ezinsukwini eziyisikhombisa ezilandelayo njengoba sicabangela umbono wokuthi iqiniso aliyona into engaqondakali—umuntu wangempela. Umuntu onegama nobuso. Umuntu onobudlelwane, ongaguquki, onika ukuphila, futhi onothando olungapheli. Umuntu okuthiwa nguJesu.
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.life.church/






