Omama Abanganyakaziswa

Omama Abanganyakaziswa

6 izinsuku

Kuthiwani uma bewazi ukwakha indlu eqinile, engenakunyakaziswa izivunguvungu zobunzima? Kuthiwani uma isisekelo sakho siqine kangangokuthi ngisho noma umhlabathi ngaphansi kwezinyawo zakho uqala ukuzamazama, uhlale UNGANYAKAZISEKI? Ukunamathisela nokudweba kuthatha isikhashana kuphela. Asikwazi ukucasha ngamaphepha amahle unomphela. Yisikhathi sokuvumela impilo Yakhe ukuthi isakhe siqine futhi simise othandweni Lwakhe. 

Sithanda ukubonga i-Thrive Moms ngokusihlinzeka ngalolu hlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: thrivemoms.com
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo