Abafundi BoMbuso NgoTony Evans

Abafundi BoMbuso NgoTony Evans

6 izinsuku

Abafundi boMbuso babiza amakholwa namabandla ukuthi babuyele emsebenzini wethu oyinhloko: ukuba nokwenza abafundi. Kuphela uma sikuthatha ngokuzimisela lokhu lapho umhlaba uyobona izulu lisebenza emhlabeni. Utony Evans ufundisa ukuthi kusho ukuthini ukuba ngumfundi wombuso—ikholwa kuKristu elibamba iqhaza ohlelweni lokuthuthuka ngokomoya lokufunda kancane kancane ukuphila impilo yonke ngaphansi kobukhosi bukaJesu Kristu. Uzolwamukela ubizo?

Sithanda ukubonga i LifeWay Groups ngokusihlinzeka ngaloluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.lifeway.com/en/product-family/kingdom-disciples?vid=kingdomdisciples
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo