Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Isiphambano & Umqhele

7 izinsuku
Izinto eziningi zeTestamente Elisha zalotshwa ukuze sazi ngoJesu Kristu, insindiso ayithenge ngokufa Kwakhe esiphambanweni, kanye nesithembiso sokuvuka Kwakhe. Kulesikhathi uDkt. Charles Stanley uzindla ngegazi eliyigugu likaJesu, uvuko, kanye nesipho sokuphila okuphakade esigcinelwe wena. Hlanganyela naye ekukhumbuleni inani uJesu alikhokha futhi uthokozele ukujula kothando olukhulu lukaBaba.
Sithanda ukubonga "In Touch Ministries" ngokusinikeza loluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://intouch.cc/yv-easter
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Liyini Iqiniso?

Uhambo luka Habakuki

Ukuthola kabusha Isikhathi sikaKhisimusi

Kulo Khisimuzi Ungadikibali, Bheka phezulu

Ukuphila Ngokulunga kukaNkulunkulu

Izikhumbuzo Zokuphila

Isifundo Sephasika sivela eBhayibhelini Elingcwele: i-Mosaic

Ukungena Ekuphumuleni KukaNkulunkulu Okuthenjisiwe - Uchungechunge lokuthi uJesu Mkhulu #2

Ngabe kuyini lokhu? Ukwamukela Izipho Ongazicelanga
