2,643,350ujoyine umkhankaso
Izinsuku ezingu 30 Zokuguqulwa kweBhayibheli

U-November yiNyanga YeBhayibheli Yomhlaba Jikelele
Zifundele
iNcwadi efundwa kakhulu ngaso sonke isikhathi
Ayikho incwadi eke yaba namandla, yakhuthaza futhi eguqula impilo njengeBhayibheli. Kulo Novemba, hlanganyela kulo mnyakazo womhlaba wonke lapho izinkonzo, amabhizinisi kanye nezinhleo zeBhayibheli ziba ndawonye ukugubha ingunquko, eshintshi-mpilo kanye nesikhathi samandla eZwi likaNkulunkulu.
Abalingani

Gubha kanye ne Inselelo Yezinsuku ezingu 30zeBhayibheli
Cabanga ukuthi kuyokwenzekani lapho abantu emhlabeni jikelele behlangana ndawonye ukuze bahlanganyele neZwi likaNkulunkulu phakathi nenyanga ka-November. Inselelo Yezinsuku Ezingu-30 YeBhayibheli iyindlela yethu yokuthi sithole. Joyina umhlaba ngokuzibophezela ezinsukwini ezingu-30 zokuzibandakanya nsuku zonke emBhalweni.
