bible icon

Letha amandla ohlelo lokusebenza lwebhayibheli ezinkonzweni zakho zesonto.

Yonke into ibandla lakho eliyidingayo ukuze lihlangenyele nomlayezo wakho, kanye nokwabela nabanye. Kumahhala, ukudingi phepha, kanti sekufakwe kwizigidi zezinsiza zokuxhumana.

move down

Siza umphakathi wakho uthole okuthe xaxa kwimilayezo yakho.

Abathameli bangalandela, bahlanganyele emiBhalweni, babhale imibono, futhi babeke imikopisho ngokwabo ukuze babuyekeze ngelinye ilanga.

move down

Okwakho okuqukethwe ku-smartphone yabo.

Umlayezo uyaveza, izimemezelo, ama-linki okunikela kwi-intanethi... noma yini ofuna ukuyixoxisana nebandla lakho, yabelana ngakho konke — 100% mahhala.

move down

Hola abantu bakho ngokujula eBhayibhelini.

Ncoma iZinhlelo zokuFunda nokuZinikele okuzogcina umphakathi wakho uxhumene nomBhalo iviki lonke.

move down

Ukuba namandla akuchazi ukuthi kusho ubulikhuni.

Yenza iMicimbi kalula kunoma iyiphi i-Mac noma i-Khompiyutha exhunywe ku-intanethi. Vele udonse bese-ubeka imicimbi yakho endaweni, uyihlele kabusha, uyibuyekeze, uyishintsha shintshe njengoba uhamba.

Zonke izimfanelo zokwakha ozidingayo... ukwenza ncamashi iMicimbi oyifunayo.

Amamojula aguqukayo onga isikhathi nemizamo. Hlanganisa izinto ukudala Imicimbi emisha kusuka ekuqaleni. Noma usebenzise kabusha Imicimbi yakho ekhona bese uyishintsha njengokudingekile. Noma ukopisha Imicimbi ekhona bese uyishintsha ukuze ihambisane nezinhlobo ezahlukene zemibuthano. Kuyo yonke le ndlela, ukubuka kuqala kukuvumela ukuthi ubone okuqukethwe kwakho komcimbi njengoba abalandeli bakho bezokwenza.

Text Module Imojuli Yemibhalo

Uhlu, amaphuzu amqoka, imibuzo yengxoxo… Yabelana nanoma yikuphi okuqukethwe kombhalo okuzosiza ababekhona ukuthi balandele kanye nomyalezo wakho njengoba kwenzeka.

Bible References Izinkomba ZeBhayibheli

Veza izindinyana khona lapho umlayezo wakho ubhekisa kuzo, ezixhunyaniswe nanoma yiziphi izinhlobo zohlelo lokusebenza zeBhayibheli 2400 izinguqulo, nge 1600+ zilimi - akukho ukukopisha noma ukunamathisela okudingekayo.

Reading Plans Module Imojuli yoHlelo Yokufunda

Xhuma kwizinhlelo zeBhayibheli kanye nokuzinikela okuhlobene namaphuzu akho okufundisa, usize izilaleli zakho ziqhubeke nokuzibandakanya neZwi likaNkulunkulu phakathi nesonto lonke.

External Links Imojuli yokuXhumanisa iwebhu

Beka izithameli zakho eduze ngokuthepha kuphela okukodwa ekunikezeni nge-inthanethi, ukubhalisa ngokuzinikela, noma amakhasi asekhaya ebandla. Beka isixhumanisi kunoma yisiphi isayithi langaphandle ngqo ngaphakathi koMcimbi wakho.

Image Module Imojuli Yesithombe

Yenza umcimbi wakho uphile ngochungechunge lobuciko, izithombe, iVidiyo Izithombe, nokuningi. Abahambeli bangabelana kalula ngezithombe zoMcimbi ezinkundleni zokuxhumana, besabalalisa umlayezo wakho kabanzi.

Announcement Module Isimemezelo Semojuli

Sabalalisa kalula yonke imininingwane yakho efike ngesikhathi, ebalulekile: izindaba zesonto, imicimbi yekhalenda, izinhlelo, amakilasi, amathuba wokuvolontiya kanye nomsebenzi, nokuningi.

Multiple Locations Izindawo nezikhathi

Vumela abantu bazi ukuthi umcimbi wakho wenzeka kuphi futhi nini - ngisho neMicimbi eyenzeka ngezikhathi eziningi nezindawo.

Duplicate Events Imicimbi ephindayo

Gcina isikhathi namandla. Ngokushesha yenza Imicimbi emisha ngokukopisha esivele ikhona futhi uyiguqule ngolwazi olusha.

Cost Savings Ukonga Izindleko

Yonga imali ngokuprinta futhi usebenzise iphepha elincane… noma nje ufinyelela kubantu ngepulatifomu ngokufakwa okungaphezulu kwezigidi ezingu-200.

piggy-bank-image
Isonto elijwayelekile lisebenzisa u- $ 10,000 ngonyaka
kuma-bulethini. Imicimbi ikusiza ukususa noma
ngisho ukuqeda lezo zindleko.

Ubufakazi

Bill White

“Sijabule kakhulu ukusebenzisa i-YouVersion enkonzweni yethu, ikakhulukazi isigaba sezeMicimbi, lapho sifaka khona amanothi wokufundisa nokuphawula kweviki ngalinye. Abantu bakithi bayakwazisa ukuthi babe namanothi ezandleni zabo, babelane futhi bawagcine. Sibuyisele izinkulungwane zamaRandi kwezinye izidingo zenkonzo ngokususa izinhlelo eziphrintiwe! ”

Pastor Bill White
Christ Journey Church

Herbert

“Imicimbi ye-YouVersion iyinsiza ebalulekile yomndeni wethu wesonto. Amandla abantu bakithi ukulandela kanye namanothi ezintshumayelo nemiBhalo ngesikhathi semiyalezo yethu kudala ukuzibandakanya okunamandla nomthelela. ”

Pastor Herbert Cooper
People’s Church

Cindy Beall

“Sisebenzisa Imicimbi yazo zonke izikhathi zethu, sivumela ababekhona ukuthi babe namanothi nemiBhalo evela kwizikhulumi eziphambi kwabo. Imicimbi ilonde ukuphrinta izinkulungwane zamakhasi! Ukusetha umcimbi kulula kakhulu, futhi kuvame ukushicilelwa ngesikhathi esifanele esikudinga ngaso. ”

Cindy Beall
Leading and Loving It
Director of Equip

bible icon

Imicimbi yintsha, imahhala ngokuphelele, futhi kuhlelo lokusebenza lweBhayibheli kuphela.

Uguquko kokuzibandakanya kweBhayibheli lwenzeka esikhathini sethu sokuphila. Kufakwe kumadivayisi akhethekile angaphezu kwezigidi eziyi- 220 kuze kube manje (kusabalwa), i-Bible App isiza abantu kuwo wonke amazwe emhlabeni ukuxhuma okuningi neZwi likaNkulunkulu. Futhi manje, ngezeMicimbi, sijabule ukukunikeza ukufinyelela kwalelo banga kuwe .

Ake siqale.

Hlela umcimbi wakho wokuqala ulungele ukuhlanganyela kuhlelo lokusebenza lweBhayibheli ngaphansi kwemizuzu eyishumi. Konke okudingayo yi-Mac noma i-PC ne-akhawunti ye-YouVersion yamahhala.

Qala umcimbi