URuthe 2:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
URuthe 2:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UBowazi wayesethi kuRuthe: “Angithi uyezwa, ndodakazi yami? Ungayi ukukhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha, kepha namathela kuwo amantombazana ami lapha.
Dlulisela
URuthe 2 ZUL59URuthe 2:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)
UBhowazi wayesethi kuRuthi: “Lalela lapha ndodakazi yami. Ungayi ukuyokhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha; sondelana nezincekukazi zami.
Dlulisela
URuthe 2 ZUL20URuthe 2:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UBhowazi wasesithi kuRuthe: Uyezwa yini, ndodakazi yami? Ungayi ukuyokwakha kwelinye izwe, futhi ungasuki lapha, kodwa hlala lapha nezincekukazi zami.
Dlulisela
URuthe 2 CZB24