Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

KwabaseRoma 9:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 9:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Lokhu kungukuthi akusibo abantwana benyama abangabantwana bakaNkulunkulu labo, kodwa abantwana besithembiso bathiwa inzalo.

KwabaseRoma 9:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Lokhu kusho ukuthi akusibo abantwana ngokwenyama abangabantwana bakaNkulunkulu, kodwa labo abangabantwana besithembiso, yibo ababizwa ngabolibo.

KwabaseRoma 9:8 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Okungukuthi, labo abangabantwana benyama abasibo abantwana bakaNkulunkulu, kodwa abantwana besithembiso babalwa inzalo.

KwabaseRoma 9:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Okungukuthi, labo abangabantwana benyama abasibo abantwana bakaNkulunkulu, kodwa abantwana besithembiso babalwa inzalo.