KwabaseRoma 8:14-16
KwabaseRoma 8:14-16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu bangabantwana bakaNkulunkulu. Ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe; kodwa namukele uMoya wobuntwana, esimemeza ngaye sithi: Aba, Baba. UMoya uqobo ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu
KwabaseRoma 8:14-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu, labo-ke bangabantwana bakaNkulunkulu, ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe, kepha namukeliswa umoya wobuntwana esimemeza ngaye sithi: “Abba, Baba!” Yena lowo Moya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.
KwabaseRoma 8:14-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba bonke abaholwa nguMoya kaNkulunkulu, labo bangabantwana bakaNkulunkulu. Ngokuba anamukeliswanga umoya wobugqila ukuba nibuye nesabe, kepha namukeliswa umoya wobuntwana esimemeza ngaye sithi: “Aba, Baba!” Yena lowo Moya ufakaza kanye nomoya wethu ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu.
KwabaseRoma 8:14-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)