I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli
Isici soku Sesha

KwabaseRoma 7:8 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 7:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

kepha isono sathola ithuba ngomyalo, sasebenza kimi ukufisa konke; ngokuba ngaphandle komthetho isono sifile.

KwabaseRoma 7:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha isono sathola ithuba ngomyalo, saveza kimi zonke izinhlobo zokufisa; ngokuba ngaphandle komthetho, isono sifile.

KwabaseRoma 7:8 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kodwa isono sathola ithuba ngomyalo, sasebenza kimi yonke inkanuko. Ngokuba ngaphandle komthetho isono sasifile.

KwabaseRoma 7:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kodwa isono sathola ithuba ngomyalo, sasebenza kimi yonke inkanuko. Ngokuba ngaphandle komthetho isono sasifile.