Yeqela kokuqukethwe

KwabaseRoma 2:4-5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 2:4-5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kumbe uyayidelela yini ingcebo yobumnene, neyokubekezela, neyenyewe yakhe, ungazi ukuthi ubumnene bukaNkulunkulu bukuyisa ekuphendukeni na? Kepha ngobulukhuni bakho nangenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu

KwabaseRoma 2:4-5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kumbe uyayidelela yini ingcebo yobumnene bakhe, neyokubekezela, kungakukhanyeli ukuthi ubumnene bukaNkulunkulu bukuholela ekuphendukeni na? Kepha ngenxa yobulukhuni bakho, nenhliziyo engaphendukiyo, uziqongelelela ulaka ngosuku lwentukuthelo nolokwambulwa kokwehlulela okuqotho kukaNkulunkulu

KwabaseRoma 2:4-5 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Noma udelela ingcebo yobubele bakhe nokubekezela nokubekezela kwakhe; ungazi ukuthi umusa kaNkulunkulu ukuyisa ekuphendukeni na? Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu

KwabaseRoma 2:4-5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)