KwabaseRoma 14:4
KwabaseRoma 14:4 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ungubani wena owahlulela inceku yomunye na? ukuma noma ukuwa enkosini yaso. Yebo, uyakuphakanyiswa, ngokuba uNkulunkulu unamandla okummisa.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 14KwabaseRoma 14:4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Lapho ungubani nje wena owehlulela inceku yomunye na? Kuphambi kwenkosi yayo ukuma noma ukuwa kwayo, kodwa iyakumiswa, ngokuba iNkosi inamandla okuyimisa.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 14