KwabaseRoma 13:5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
KwabaseRoma 13:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngalokho kuswelekile ukuwuthobela, kungabi kuphela ngenxa yolaka kodwa nangenxa kanembeza.
Dlulisela
KwabaseRoma 13 ZUL59KwabaseRoma 13:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke kudingekile ukuwuthobela, hhayi nje ngenxa yolaka, kodwa nangenxa kanembeza.
Dlulisela
KwabaseRoma 13 ZUL20KwabaseRoma 13:5 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngakho-ke kufanele ukuzithoba, kungabi ngenxa yolaka kuphela, kodwa nangenxa kanembeza.
Dlulisela
KwabaseRoma 13 ZULUNTKwabaseRoma 13:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngakho-ke kufanele ukuzithoba, kungabi ngenxa yolaka kuphela, kodwa nangenxa kanembeza.
Dlulisela
KwabaseRoma 13 CZB24