Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

KwabaseRoma 13:3 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 13:3 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba ababusi abesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Kepha uyathanda yini ukungesabi amandla ombuso na? Yenza okuhle, uyakubongwa yiwo

KwabaseRoma 13:3 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngokuba ababusi abesabeki kulabo abenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Uyathanda yini ukungamesabi osemagunyeni na? Yenza-ke okuhle, yena uyakukuncoma

KwabaseRoma 13:3 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Ngokuba ababusi kabesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Pho, awuwesabi amandla na? yenza okuhle, futhi uyakuba nodumo yikho

KwabaseRoma 13:3 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba ababusi kabesabeki kwabenza okuhle, kodwa kwabenza okubi. Pho, awuwesabi amandla na? yenza okuhle, futhi uyakuba nodumo yikho