Yeqela kokuqukethwe

KwabaseRoma 11:12 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 11:12 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo yabezizwe, pho, kakhulu kangakanani ukuphelela kwabo.

KwabaseRoma 11:12 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Uma-ke isiphambeko siletha ingcebo emhlabeni, nokwehluleka kwabo kuletha ingcebo kwabezizwe, kuyoba kangakanani ngokuphelela kwabo.

KwabaseRoma 11:12 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?

KwabaseRoma 11:12 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Uma isiphambeko sabo siyingcebo yezwe, nokuncipha kwabo kuyingcebo kwabezizwe; kakhulu kangakanani ukugcwala kwazo?