Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

KwabaseRoma 1:9 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

KwabaseRoma 1:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba uNkulunkulu, engimkhonza emoyeni wami ngevangeli leNdodana yakhe, ungufakazi wami wokuthi ngokungaphezi ngiyanikhumbula

KwabaseRoma 1:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngokuba uNkulunkulu, engimkhonzayo ngenhliziyo yami yonke ngokulishumayela ivangeli leNdodana yakhe, ungufakazi wami, ukuthi nginikhumbula njalo

KwabaseRoma 1:9 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Ngokuba uNkulunkulu engimkhonza ngomoya wami evangelini leNdodana yakhe ungufakazi wami wokuthi angiphezi ukunikhumbula emikhulekweni yami

KwabaseRoma 1:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba uNkulunkulu engimkhonza ngomoya wami evangelini leNdodana yakhe ungufakazi wami wokuthi angiphezi ukunikhumbula emikhulekweni yami