I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

AmaHubo 78:70-72

AmaHubo 78:70-72 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Yakhetha uDavide, inceku yayo, yamthatha ezibayeni zezimvu. Wayeselandela izimvukazi ezenyisayo, yamthatha ukuba eluse abantu bayo, uJakobe nefa layo, u-Israyeli. Wabelusa ngenhliziyo eqotho. Wabahola ngesandla esinekhono.

Dlulisela
Funda AmaHubo 78

AmaHubo 78:70-72 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Yakhetha uDavide inceku yayo, yamthabatha ezibayeni zezimvu. Esalandele izimvukazi ezenyisayo, yamthabatha ukuba abeluse abantu bayo uJakobe, nefa layo u-Israyeli. Njalo wabelusa ngobuqotho benhliziyo yakhe, wabahola ngenhlakanipho yesandla sakhe.

Dlulisela
Funda AmaHubo 78

AmaHubo 78:70-72 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Yakhetha futhi inceku yayo uDavide, yamthatha ezibayeni zezimvu. Wamthatha emva kwezimvukazi ezinkulu ukuze avumele uJakobe ukuba adle abantu bakhe no-Israyeli ifa lakhe. Futhi wabondla ngobuqotho benhliziyo yakhe; wabahola ngobuhlakani bezandla zakhe.

Dlulisela
Funda AmaHubo 78
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo