AmaHubo 53:2 - Compare All Versions
AmaHubo 53:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
UNkulunkulu esezulwini ubheka phansi, abone amadodana abantu, ukuze abone ukuthi ukhona yini onokuqonda, ofuna uNkulunkulu.
Dlulisela
AmaHubo 53 ZUL20AmaHubo 53:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UNkulunkulu esezulwini uyababheka abantwana babantu ukubona uma kukhona yini onokuqonda, ofuna uNkulunkulu.
Dlulisela
AmaHubo 53 ZUL59AmaHubo 53:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UNkulunkulu wabuka phansi esezulwini abantwana babantu ukuze abone ukuthi ukhona yini ozwisisayo, ofuna uNkulunkulu.
Dlulisela
AmaHubo 53 CZB24