AmaHubo 50:3-4 - Compare All Versions
AmaHubo 50:3-4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
UNkulunkulu wethu uyeza, akayikuthula; umlilo udla phambi kwakhe; uphahlwe yisivunguvungu esikhulu. Ubiza izulu ngaphezulu kanye nomhlaba ukuba ahlulele isizwe sakhe
Dlulisela
AmaHubo 50 ZUL59AmaHubo 50:3-4 ZUL20 (IsiZulu 2020)
UNkulunkulu wethu uyeza, akayukuthula, phambi kwakhe kunomlilo oqothulayo, uphahlwe yisivunguvungu esinamandla. Ubiza izulu ngaphezulu nomhlaba, ukuba ahlulele isizwe sakhe
Dlulisela
AmaHubo 50 ZUL20AmaHubo 50:3-4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UNkulunkulu wethu uyakufika, angathuli; umlilo uyakudla phambi kwakhe, uvunguze kakhulu nxazonke. Uzabiza amazulu phezulu kanye lomhlaba ukuthi ahlulele abantu bakhe.
Dlulisela
AmaHubo 50 CZB24