AmaHubo 45:17 - Compare All Versions

AmaHubo 45:17 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Igama lakho ngizolenza likhunjulwe yizizukulwane ngezizukulwane, ngakho-ke izizwe ziyokubonga kuze kube phakade.

AmaHubo 45:17 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Igama lakho ngiyakulenza likhunjulwe ezizukulwaneni zonke; ngakho-ke izizwe ziyakukubonga kuze kube phakade naphakade.

AmaHubo 45:17 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngiyakukhunjulwa egameni lakho ezizukulwaneni ngezizukulwane; ngalokho izizwe ziyakukubonga kuze kube phakade naphakade.