AmaHubo 41:7-10
AmaHubo 41:7-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bonke abangizondayo bahlangana ngami, bahlebelane ngami, bengisongela, bethi: “Sengathi angavelelwa ngokukhulu, alale angabe esavuka.” Ngisho nomhlobo wami ebengimethemba, ngimupha ukudla kwami, usengiphendukele. Kepha Wena Simakade, ngihawukele, ungilulamise, ukuze ngiziphindiselele ezitheni zami.
AmaHubo 41:7-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Bonke abangizondayo banyenyezelana ngami: bangisongozela okubi, bathi: “Into embi inamathele kuye; olele phansi kasayikululama.” Yebo, nomhlobo wami ebengimethemba, obedla isinkwa sami, ungiphakamisele isithende sakhe. Kepha wena Jehova, ngihawukele, ungilulamise, ukuze ngibaphindisele.
AmaHubo 41:7-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Bonke abangizondayo bahleba ngami; baceba ububi bami ngami. Isifo esibi, bathi, sinamathela kuye, futhi njengoba eqamba amanga, ngeke aphinde avuke. Yebo, nomngane wami engangimethemba, owayedla isinkwa sami, wangiphakamisela isithende sakhe. Kodwa wena Jehova, ngihawukele, ungiqondise, ukuze ngibabuyisele.