AmaHubo 37:10 - Compare All Versions

AmaHubo 37:10 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kusazothatha isikhashana engabe esababikho omubi, uyothi lapho uhlola indawo abe kuyo, ungamfumani.

AmaHubo 37:10 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kuse ngumzuzwana, omubi angabe esabakho; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho.

AmaHubo 37:10 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.