AmaHubo 31:23 - Compare All Versions

AmaHubo 31:23 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Mthandeni uSimakade nina nonke abamethembayo. USimakade uyabalondoloza abathembekileyo, aziphindiselele kulowo ozidlayo.

AmaHubo 31:23 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Mthandeni uJehova nina nonke enimkhonzayo; uJehova uyabalondoloza abakholekileyo, amphindisele kakhulu ozidlayo.

AmaHubo 31:23 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kumelwe nithande uJehova, nonke nina enibathandayo, ngoba uJehova uyamlondoloza othembekile futhi amvuze ngokuchichimayo owonileyo ozidlayo.