AmaHubo 13:2
AmaHubo 13:2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Koze kube nini ngikhathazeka emphefumulweni wami, nginosizi enhliziyweni yami usuku lonke, na? Koze kube nini isitha sami siziphakamisa phezu kwami na?
Dlulisela
Funda AmaHubo 13AmaHubo 13:2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kuyoze kube nini ngithwele ubuhlungu emphefumulweni wami, nosizi enhliziyweni yami, usuku lonke na? Kuyoze kube nini isitha singiqonela na?
Dlulisela
Funda AmaHubo 13