AmaHubo 112:6 - Compare All Versions

AmaHubo 112:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Akayukunyakaziswa kuze kube phakade, olungileyo uyohlala ekhunjulwa kuze kube phakade.

AmaHubo 112:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba akayikugudluka kuze kube phakade; olungileyo uyakukhunjulwa kuze kube phakade.

AmaHubo 112:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Impela akayikuzanyazanyiswa kuze kube phakade; olungileyo uyakuba sesikhumbuzini esiphakade.