AmaHubo 108:4 - Compare All Versions

AmaHubo 108:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)

ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwamazulu, ukwethembeka kwakho kufinyelela emafini.

AmaHubo 108:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba umusa wakho mkhulu phezu kwezulu, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.

AmaHubo 108:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngokuba umusa wakho mkhulu ngaphezu kwamazulu, neqiniso lakho lifinyelela emafwini.