I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

IzAga 4:5-8

IzAga 4:5-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Zuza ukuhlakanipha, uzuze ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami; ungakushiyi, kuyakukugcina; kuthande, kuyakukulondoloza. Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo, zuza ukuqonda. Kuhloniphe, kuyakukuphakamisa; kuyakukudumisa, lapho ukugona.

Dlulisela
Funda IzAga 4

IzAga 4:5-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda; ungakhohlwa, ungachezuki emazwini omlomo wami; ungakushiyi, kuyakukugcina; kuthande, kuyakukulondoloza. Ukuqala kokuhlakanipha yilokhu: Zuza ukuhlakanipha; yebo, ngakho konke okutholileyo zuza ukuhlakanipha. Kukhulise, kuyakukuphakamisa; kuyakukudumisa, lapho ukugona.

Dlulisela
Funda IzAga 4

IzAga 4:5-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Zuza ukuhlakanipha, zuza ukuqonda; ungakukhohlwa; futhi ungasuki emazwini omlomo wami. Ungamshiyi, futhi uyokugcina; mthande, futhi uyokugcina. Ukuhlakanipha kuyinto ebaluleke kakhulu; ngakho-ke zuza ukuhlakanipha, futhi uzuze ukuqonda ngakho konke ukuqonda kwakho. Yiphakamise, yona izakuphakamisa; uzokuhlonipha uma umgona.

Dlulisela
Funda IzAga 4
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo