IzAga 24:10-12
IzAga 24:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uma uxega amadolo ngosuku lokuhlupheka, amandla akho mancane. Bahlenge abayiswa ekufeni, ubambe abantengantenga beyobulawa. Uma uthi
Dlulisela
Funda IzAga 24IzAga 24:10-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uma udangala ngosuku lokuhlupheka, amandla akho mancane. Bophule abayiswa ekufeni; abakhubekiselwa ekubulaweni ubagodle. Uma uthi: “Bheka, besingakwazi,” akakuqondi yini olinganisa izinhliziyo, nolonda umphefumulo wakho akakwazi, na? Futhi akayikuphindisela bonke abantu ngokwemisebenzi yabo na?
Dlulisela
Funda IzAga 24IzAga 24:10-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma udangala ngosuku losizi, amandla akho mancane. Uma nidebeselela ukusindisa abasondelelwa ekufeni, nabalungele ukubulawa; Uma nithi: Bheka, besingakwazi lokhu; Uyakucabangela lokho inhliziyo ekuzindlayo? ogcina umphefumulo wakho akakwazi na? futhi ngeke yini abuyisele kulowo nalowo ngokwemisebenzi yakhe?
Dlulisela
Funda IzAga 24