KwabaseFilipi 3:19-20
KwabaseFilipi 3:19-20 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
abakuphela kwabo kungukubhujiswa, abaNkulunkulu wabo uyisisu sabo, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abanaka izinto zasemhlabeni. Ngokuba indaba yethu isezulwini; lapho futhi silindele khona uMsindisi, iNkosi uJesu Kristu.
KwabaseFilipi 3:19-20 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Isiphetho sabo ngukubhujiswa; abankulunkulu wabo yizisu zabo, nodumo lwabo lungukwenza ihlazo; bacabanga ngezinto zomhlaba kuphela. Kepha thina singabombuso wezulu, lapho futhi silangazelele khona ukubona uMsindisi, iNkosi uJesu Khristu.
KwabaseFilipi 3:19-20 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
abakuphela kwabo ngukubhujiswa, abankulunkulu wabo yisisu, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abangabanaka okomhlaba. Kepha thina singabombuso wasezulwini, lapho futhi silindela khona ukuba kuvele uMsindisi, iNkosi uJesu Kristu
KwabaseFilipi 3:19-20 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)