KwabaseFilipi 1:15-18
KwabaseFilipi 1:15-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Abanye kambe batshumayela uKristu ngomona langombango; futhi abanye futhi ngenhliziyo enhle: Laba batshumayela uKristu ngombango, kungeyisikho ngobuqotho, bethi bangongeza usizi ezibopho zami; Kepha abanye ngothando, besazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli. Pho? Nokho uKristu uyashunyayelwa ngezindlela zonke, noma ngokuzenzisa noma ngeqiniso; futhi ngiyathokoza ngakho, yebo, futhi ngiyojabula.
KwabaseFilipi 1:15-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Abanye kambe bashumayela uKhristu ngomhawu nangombango, kodwa abanye ngenhliziyo enhle. Abanye bashumayela ngothando, bazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli. Kepha labo abanye bashumayela uKhristu ngombango, kungengokwethembeka, bezitshela ukuthi bangangidalela uchuku ngisaboshiwe. Pho kunani na? UKhristu uyashunyayelwa ngezindlela zonke, kungaba ngokuzenzisa noma ngokweqiniso. Kukho konke lokho mina ngiyathokoza, yebo, ngiyakuthokoza.
KwabaseFilipi 1:15-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Abanye kambe bashumayela uKristu ngomhawu nangombango kepha abanye ngenhliziyo enhle; laba bashumayela ngothando, bazi ukuthi ngimiselwe ukuvikela ivangeli, kepha labo bamemezela uKristu ngombango kungenganhliziyo emhlophe, bethi bazakungivusela ukukhathazeka ekuboshweni kwami. Kunani pho? Nokho uKristu uyamenyezelwa ngezindlela zonke, noma ngokuzenzisa noma ngesiminya; kulokho-ke ngiyathokoza, yebo, ngiyakuthokoza
KwabaseFilipi 1:15-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)