KwabaseFilipi 1:10-11
KwabaseFilipi 1:10-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
ukuze nivume izinto ezinhle kakhulu; ukuze nibe msulwa, ningabi nacala, kuze kufike usuku lukaKristu; nigcwaliswe ngezithelo zokulunga ezingoJesu Kristu, kube yinkazimulo nodumo kuNkulunkulu.
Dlulisela
Funda KwabaseFilipi 1KwabaseFilipi 1:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
ukuba nikwazi ukukhetha okusemqoka, ukuze nibe mhlophe, futhi ningabi nasici osukwini lukaKhristu; nigcwaliswe ngezithelo zokulunga ngaye uJesu Khristu, kube yinkazimulo nodumo kuNkulunkulu.
Dlulisela
Funda KwabaseFilipi 1