Yeqela kokuqukethwe

UNumeri 4:19 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

UNumeri 4:19 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

kepha ukuba baphile, bangafi, lapho besondela ezintweni ezingcwelengcwele, nenze kanje kubo: u-Aroni namadodana akhe bayakungena, babamise, kube yilowo nalowo emsebenzini wakhe nasemthwalweni wakhe

UNumeri 4 ZUL59

UNumeri 4:19 ZUL20 (IsiZulu 2020)

kodwa niyakubaphatha kanje ukuze baphile, bangafi uma besondela ezintweni ezingcwelengcwele: u-Aroni namadodana akhe bayongena babanikeze yilowo nalowo umsebenzi wakhe nomthwalo wakhe.

UNumeri 4 ZUL20

UNumeri 4:19 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kodwa yenzani njalo kubo, ukuze baphile, bangafi, ekusondeleni kwabo ezintweni ezingcwelengcwele: uAroni lamadodana akhe bazangena, babamise, kube yilowo lalowo emsebenzini wakhe lomthwalo wakhe.

UNumeri 4 CZB24