UNumeri 30:8 - Compare All Versions
UNumeri 30:8 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uma indoda yakhe imelana nakho ngosuku ekuzwa ngalo, uyakuzephula izifungo ayezibophezele ngazo, noma lokho asheshe wakukhuluma ngomlomo wakhe wazibophezela ngakho; uSimakade uyakumthethelela.
Dlulisela
UNumeri 30 ZUL20UNumeri 30:8 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kepha uma indoda yakhe imalela ngosuku ekuzwa ngalo, iyakwenza ize isithembiso sakhe esiphezu kwakhe nokuphahlukiwe ngumlomo wakhe abophe ngakho umphefumulo wakhe, uJehova amthethelele.
Dlulisela
UNumeri 30 ZUL59UNumeri 30:8 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kepha uma indoda yakhe imalela ngosuku ekuzwa ngalo; khona-ke kumelwe enze isithembiso sakhe athembisa ngaso, nasikhulumile ngezindebe zakhe, abophe ngaso umphefumulo wakhe, asinakuchithwa; uJehova uyakumthethelela.
Dlulisela
UNumeri 30 CZB24