UNumeri 2:17 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UNumeri 2:17 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Itende lokuhlangana liyakusuka kanye nekamu lamaLevi, liphakathi kwamakamu; njengalokhu bemisa, kanjalo bayakusuka, kube yilowo nalowo muntu endaweni yakhe, ngamabhanela* abo.
Dlulisela
UNumeri 2 ZUL59UNumeri 2:17 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ithende lokuhlangana nenkambu yabaLevi kuyakusuka kube phakathi kwezinye izinkambu. Bayakusuka njengalokho bebekanisile, yilelo nalelo qembu endaweni yalo, ngokwamaviyo alo.
Dlulisela
UNumeri 2 ZUL20UNumeri 2:17 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Khona-ke itende lokuhlangana kumelwe likhuphuke kanye nekamu lamaLevi phakathi kwekamu; njengalokhu bemisa, bayakukhuphuka kanjalo, kube yilowo nalowo endaweni yakhe njengebhanela lakhe.
Dlulisela
UNumeri 2 CZB24