UNumeri 19:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UNumeri 19:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
“Lokhu kuyisimiso somthetho uJehova ayalile ngaso ukuthi: ‘Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe isithole esibomvu esingenasici, singenansolo, okungazange kubekwe ijoka phezu kwaso
Dlulisela
UNumeri 19 ZUL59UNumeri 19:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
“Lokhu kuyisimiso somthetho uSimakade ayale ngaso ukuba usitshele abantu bakwa-Israyeli, uthi: ‘Mabalethe kuwe isithole esibomvu esingenasici, esingasoleki, esingakaze siboshelwe ejokeni
Dlulisela
UNumeri 19 ZUL20UNumeri 19:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Lokhu kungukuqiniswa komthetho uJehova ayala ngawo ngokuthi: “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuthi banilethele inkomo ebomvu engenasici, engenasici, engabekwanga joka.
Dlulisela
UNumeri 19 CZB24