UNumeri 18:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UNumeri 18:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Nabafowenu, isizwe sakwaLevi, isizwe sikayihlo, sondela nabo ukuba bahlanganiswe nawe, bakukhonze; kepha wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngaphambi kwetende lobufakazi.
Dlulisela
UNumeri 18 ZUL59UNumeri 18:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Abafowenu, besizwana sakwaLevi isizwana sikayihlo, basondeze nabo ukuze bahlanganiswe nawe, bakukhonze. Kepha wena, namadodana akho, niyoba ngaphambi kwethende lobufakazi.
Dlulisela
UNumeri 18 ZUL20UNumeri 18:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Futhi nabafowenu esizweni sakwaLevi, isizwe sikayihlo, woza nawe kanye nabo, ukuze bazihlanganise nawe, bakukhonze; kodwa wena lamadodana akho kanye lawe lizakhonza phambi kwethabhanekele lobufakazi.
Dlulisela
UNumeri 18 CZB24