NgokukaMarku 5:25-26 - Compare All Versions
NgokukaMarku 5:25-26 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, ehluphekile ngokuningi ezinyangeni eziningi, echithile konke ayenakho, engasizakalanga ngalutho, kodwa kwayilokhu kuqhubeka
Dlulisela
NgokukaMarku 5 ZUL59NgokukaMarku 5:25-26 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwakukhona owesifazane owayenomopho iminyaka eli-12. Wayehluphekile kakhulu, ehla enyuka ezinyangeni eziningi, futhi esechithe konke ayenakho, kodwa kunhlanga zimuka nomoya; kubhebhetheka okwakumphethe.
Dlulisela
NgokukaMarku 5 ZUL20NgokukaMarku 5:25-26 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili. Esehlupheke ngokunengi kubelaphi abanengi, esechithe konke ayelakho, njalo engasizakalanga, kodwa kwaba kubi kakhulu
Dlulisela
NgokukaMarku 5 ZULUNTNgokukaMarku 5:25-26 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili. Esehlupheke ngokunengi kubelaphi abanengi, esechithe konke ayelakho, njalo engasizakalanga, kodwa kwaba kubi kakhulu
Dlulisela
NgokukaMarku 5 CZB24