Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 9:14 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 9:14 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Khona kwase kufika kuye abafundi bakaJohane, bathi: “Yini ukuba thina nabaFarisi sizila ukudla; kepha abafundi bakho abazili ngani na?”

NgokukaMathewu 9:14 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Khona kwafika kuJesu abafundi bakaJohane, bathi: “Kungani thina nabaFarisi sizila ukudla, kodwa abafundi bakho bengazili na?”

NgokukaMathewu 9:14 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Khona beza kuye abafundi bakaJohane, bathi: “Kungani thina nabaFarisi sizila kaningi, kepha abafundi bakho abazili na?

NgokukaMathewu 9:14 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Khona beza kuye abafundi bakaJohane, bathi: “Kungani thina nabaFarisi sizila kaningi, kepha abafundi bakho abazili na?