NgokukaMathewu 5:45 - Compare All Versions
NgokukaMathewu 5:45 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini, ngokuba yena wenza ilanga lakhe liphume phezu kwababi nabahle, nemvula ayinisa kwabalungileyo nabangalungile.
Dlulisela
NgokukaMathewu 5 ZULUNTNgokukaMathewu 5:45 ZUL20 (IsiZulu 2020)
ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini. Ngokuba Yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula yakhe phezu kwabalungileyo nabangalungile.
Dlulisela
NgokukaMathewu 5 ZUL20NgokukaMathewu 5:45 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
ukuba nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini; ngokuba yena uphumisa ilanga lakhe phezu kwababi nabahle, anise imvula phezu kwabalungileyo nabangalungile.
Dlulisela
NgokukaMathewu 5 ZUL59NgokukaMathewu 5:45 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini, ngokuba yena wenza ilanga lakhe liphume phezu kwababi nabahle, nemvula ayinisa kwabalungileyo nabangalungile.
Dlulisela
NgokukaMathewu 5 CZB24