NgokukaMathewu 27:6 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 27:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha abapristi abakhulu bazithatha izinhlamvu zesiliva, bathi: “Akuvunyelwe ukuzifaka emnikelweni, ngokuba kuyimali yegazi.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 27 ZUL59NgokukaMathewu 27:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha abaphristi abakhulu bazithatha izinhlamvu zesiliva, bathi: “Akuvunyelwe ukuba zifakwe emnikelweni, ngokuba ziyimali yegazi.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 27 ZUL20NgokukaMathewu 27:6 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Abapristi abakhulu basebethatha izinhlamvu zesiliva, bathi: Kakuvunyelwa ukuthi zifakwe emnikelweni, ngoba ziyintengo yegazi.
Dlulisela
NgokukaMathewu 27 ZULUNTNgokukaMathewu 27:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Abapristi abakhulu basebethatha izinhlamvu zesiliva, bathi: Kakuvunyelwa ukuthi zifakwe emnikelweni, ngoba ziyintengo yegazi.
Dlulisela
NgokukaMathewu 27 CZB24