Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

NgokukaMathewu 27:42 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

NgokukaMathewu 27:42 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

“Wasindisa abanye, angezisindise yena; uyinkosi yakwa-Israyeli, akehle manje esiphambanweni, sikholwe nguye.

NgokukaMathewu 27:42 ZUL20 (IsiZulu 2020)

“Wasindisa abanye, kodwa akakwazi ukuzisindisa Yena. Uyinkosi yakwa-Israyeli, akehle manje esiphambanweni; sizakukholwa nguye.

NgokukaMathewu 27:42 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Wasindisa abanye; yena ngokwakhe akanakuzisindisa. Uma eyinkosi yakwa-Israyeli, makehle manje esiphambanweni, futhi sizomkholwa.

NgokukaMathewu 27:42 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wasindisa abanye; yena ngokwakhe akanakuzisindisa. Uma eyinkosi yakwa-Israyeli, makehle manje esiphambanweni, futhi sizomkholwa.