NgokukaMathewu 26:8-10
NgokukaMathewu 26:8-10 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa abafundi bakhe bekubona bathukuthela, besithi: Ngani lokhu kuchithwa? Ngokuba lawa mafutha abengathengiswa ngemali enkulu, kuphiwe abampofu. UJesu ekwazi wathi kubo: “Nimhluphelani owesifazane na? ngoba wenzé umsebenzi omuhle kimi.
NgokukaMathewu 26:8-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha abafundi bakhe bekubona lokho, bathukuthela, bathi: “Kumoselwani lokhu na? Ngokuba ngabe kuthengisiwe ngenani eliphezulu, kwaphiwa abampofu.” Kepha uJesu ekwazi ababekusho, wathi kubo: “Nimhluphelani lo wesifazane na? Ngokuba wenze umsebenzi omuhle kimi.
NgokukaMathewu 26:8-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha abafundi bakhe bebona lokho bathukuthela, bathi: “Kwenzelwani lokho kuchitha na? Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.” Kepha uJesu ekwazi lokho wathi kubo: “Nimhluphelani owesifazane na? Ngokuba usebenzile umsebenzi omuhle kimi
NgokukaMathewu 26:8-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)