NgokukaMathewu 26:73 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 26:73 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Emva kwesikhashana ababemi khona basondela, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo, ngokuba nokukhuluma kwakho kuyakudalula.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZUL59NgokukaMathewu 26:73 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Emva kwesikhashana, esesondele kwababemi lapho, bathi kuPhethro: “Impela nawe ungomunye wabo, udalulwa ngisho nangukukhuluma kwakho.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZUL20NgokukaMathewu 26:73 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZULUNTNgokukaMathewu 26:73 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 CZB24