NgokukaMathewu 26:63 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
NgokukaMathewu 26:63 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha uJesu wathula. Wayesethi kuye umpristi omkhulu: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele uma unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZUL59NgokukaMathewu 26:63 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uJesu wathula du. Umphristi omkhulu wayesethi kuye: “Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo ukuba usitshele uma unguKhristu, iNdodana kaNkulunkulu.”
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZUL20NgokukaMathewu 26:63 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kodwa uJesu wathula. Umpristi omkhulu wasephendula wathi kuye: Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo, ukuthi usitshele ukuthi wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 ZULUNTNgokukaMathewu 26:63 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kodwa uJesu wathula. Umpristi omkhulu wasephendula wathi kuye: Ngikufungisa uNkulunkulu ophilayo, ukuthi usitshele ukuthi wena unguKristu, iNdodana kaNkulunkulu.
Dlulisela
NgokukaMathewu 26 CZB24